OwaseZim ukhala ngenyoka ezitika ngomkakhe

Harare – Owesilisa waseZimbabwe kubikwa ukuthi akasalali ebusuku ngenxa yenyoka ekhotha isitho sangasese sikankosikazi wakhe kanye nomkhovu omfuna igazi lamadodana kamfowabo.

uJoshua Zinhabwa, 41, waseGunduza waya kobona umndeni kamfowabo eyofuna usizo lokubulala umkhovu, inyoka kanye nodondolo athi yilona oluhlukumeza umndeni wakhe.

Babe sebebikela amaphoyisa ngalokhu.

“Ngavakashela umndeni kamfowethu ngiyobatshela ukuthi izinkinga zabo zidalwa yilezi zinto engiziphethe. Zenza singalali ebusuku sinonkosikazi wami njengoba siphupha nakabi.”

”Inyoka ingena esithweni sikankosikazi wami sangasese imkhothe. Nami iyangikhotha emhlane, kufika nenyoni njalo  izodla ukudla sigcine singasalanga nalutho,” kusho uZinhabwa.

“Lezi zinto ziyingozi, ngelanga engafika ngalo kumfowethu, indodana yakhe yalahlekelwa wumsebenzi, umoya omubi lo ukumina  ngihamba nawo,” usho kanje.

DISCLAIMER: Gaza-Tshisa Encourages Freedom Of Speech And The Expression Of Diverse Views.

Advertisements

Leave a Reply

Fill in your details below or click an icon to log in:

WordPress.com Logo

You are commenting using your WordPress.com account. Log Out / Change )

Twitter picture

You are commenting using your Twitter account. Log Out / Change )

Facebook photo

You are commenting using your Facebook account. Log Out / Change )

Google+ photo

You are commenting using your Google+ account. Log Out / Change )

Connecting to %s